UDavide wambiza, wadla, waphuza phambi kwakhe; wadakwa, kwathi kusihlwa waphuma ukuba alale embhedeni wakhe nezinceku zenkosi yakhe, akehlelanga endlini yakhe.
2 Samuweli 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavida wasesithi kuUriya: Hlala lapha lalamuhla, kusasa ngizakukhulula. U-Uriya wahlala eJerusalema ngalolo suku nangakusasa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi uDavide ku-Uriya: “Hlala lapha nanamuhla; kusasa ngiyakukuvumela ukuba uhambe.” U-Uriya wayesehlala eJerusalema lolo suku nolulandelayo. IsiZulu 2020 UDavide wathi ku-Uriya: “Hlala lapha namuhla nangomuso, ngizokuphindisela emuva.” U-Uriya wahlala eJerusalema ngalolo lusuku nangomuso. |
UDavide wambiza, wadla, waphuza phambi kwakhe; wadakwa, kwathi kusihlwa waphuma ukuba alale embhedeni wakhe nezinceku zenkosi yakhe, akehlelanga endlini yakhe.
Yebo, kumelwe uphume kuye, nezandla zakho zisekhanda lakho, ngoba uJehova ulahlile ithemba lakho, futhi ngeke uphumelele kukho.