Lapho ama-Aramu efika evela eDamaseku ukusiza uHadadezeri inkosi yaseSoba, uDavide wabulala kuma-Aramu abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.
2 Samuweli 10:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJowabe namadoda ayenaye basondela ukulwa nama-Aramu, abaleka phambi kwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJowabe nabantu ababe naye base besondela ukuba balwe nama-Aramu; kepha abaleka phambi kwakhe. IsiZulu 2020 UJowabe nabantu ababenaye basondela ukuba balwe nama-Aramu, kodwa abaleka. |
Lapho ama-Aramu efika evela eDamaseku ukusiza uHadadezeri inkosi yaseSoba, uDavide wabulala kuma-Aramu abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.
Baxosheni njengokupheshulwa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo, kanjalo ababi mababhubhe phambi kukaNkulunkulu.