Ubuhle buka-Israyeli bubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo; awe kanjani amaqhawe!
2 Samuweli 1:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yeka ukuwa kwamaqhawe phakathi kwempi! Jonathani, ubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yeka ukuwa kwamaqhawe phakathi kokulwa! UJonathani ubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo. IsiZulu 2020 “Yeka ukuwa kwamaqhawe empini! UJonathani ubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo. |
Ubuhle buka-Israyeli bubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo; awe kanjani amaqhawe!
Madodakazi akwa-Israyeli, mkhaleleni uSawule, owanigqokisa okubomvu nezinye izibiliboco, owafaka imihlobiso yegolide engutsheni yenu.
UZebuloni noNafetali babengabantu abadela ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni ezindaweni eziphakeme zezwe.