AbakwaMidiyani bamthengisa eGibithe kuPotifari, isikhulu sikaFaro, induna yabalindi.
1 Samuweli 8:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Iyakuthatha okweshumi kwembewu yenu nokwezivini zenu, ikunike izinceku zayo nezinceku zayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iyakuthatha okweshumi kwembewu yenu nokwesivini senu, ikunike izinduna zayo nezinceku zayo. IsiZulu 2020 Iyakuthatha okweshumi kwembewu yenu nokwesivini senu, ikunike izinduna zayo nezinceku zayo. |
AbakwaMidiyani bamthengisa eGibithe kuPotifari, isikhulu sikaFaro, induna yabalindi.
Emadodaneni akho ayakuphuma kuwe, oyakuwazala, uyakuwasusa; futhi bayoba ngabathenwa esigodlweni senkosi yaseBhabhiloni.
Kwathi ekupheleni kwezinsuku inkosi eyayithe mabangeniswe ngazo, induna yabalindi yabangenisa phambi kukaNebukadinesari.
Inkosi yasikhuluma ku-Aspenasi induna yabathenwa bakhe ukuthi alethe abanye babantwana bakoIsrayeli labenzalo yenkosi leyeziphathamandla;
Iyakuthatha amasimu enu, nezivini zenu, neminqumo yenu emihle kunayo yonke, ikunike izinceku zayo.
Iyakuthatha izinceku zenu nezincekukazi zenu nezinsizwa zenu ezinhle nezimbongolo zenu ikwenzele umsebenzi wayo.