UJehova wabavusa phambi kuka-Israyeli, wababulala eGibeyoni ngokuceka okukhulu, wabaxosha endleleni ekhuphukela eBeti Horoni, wababulala kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.
1 Samuweli 7:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadoda akwa-Israyeli aphuma eMispa, awaxosha amaFilisti, awabulala, aze afika phansi kweBeti Kari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantu bakwa-Israyeli baphuma eMispa, bawaxosha amaFilisti, bawabulala, baze bafika ngaphansi eBeti Kari. IsiZulu 2020 Amadoda akwa-Israyeli aphuma eMizpha awaxosha amaFilisti, awabulala kwaze kwaba seBhethi Khari. |
UJehova wabavusa phambi kuka-Israyeli, wababulala eGibeyoni ngokuceka okukhulu, wabaxosha endleleni ekhuphukela eBeti Horoni, wababulala kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.
USamuweli esaletha umnikelo wokushiswa, amaFilisti asondela ukulwa no-Israyeli; banqotshwa phambi kukaIsrayeli.
USamuweli wathatha itshe, walibeka phakathi kweMispa neSeni, walibiza ngokuthi i-Ebeni Ezeri, wathi: “Kuze kube manje uJehova usisizile.”