UDavide wayesethi ku-Abiyathara, umpristi, indodana ka-Ahimeleki, ngilethe lapha ingubo yamahlombe. U-Abiyathara wayeselethela uDavide khona ingubo yamahlombe.
UDavide wathi ku-Abiyathara umpristi, indodana ka-Ahimeleki: “Ake ulethe kimi ingubo yamahlombe.” U-Abiyathara wayiletha ingubo yamahlombe kuDavide.
UDavide wathi ku-Abhiyathara, umphristi, indodana ka-Ahimeleki: “Ake ulethe kimi ingubo yamahlombe.” U-Abhiyathara wayiletha ingubo yamahlombe kuDavide.
Umpristi uAbiyathara wathi enkosini: “Hamba uye e-Anathoti ensimini yakho; ngoba ufanelwe ukufa, kodwa kangiyikukubulala ngalesisikhathi, ngoba wawuthwele umtshokotsho weNkosi uJehova phambi kukaDavida ubaba, langoba wawucindezelwe kukho konke ubaba ayecindezelwe ngakho.
Bazakwenza ingubo yamahlombe ngegolide, nokububende, nokubomvu, nokubomvu, nelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, umsebenzi wengcweti.
Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu ezinsukwini zika-Abiyathara umpristi omkhulu, wadla izinkwa zokubukwa, ezingavunyelwe ukudliwa ngabapristi kuphela, wanika nababe naye?
Yingakho babuza futhi kuJehova mayelana nokuthi lowo muntu usazoza yini lapho. Wathi uJehova: Bheka, wacasha phakathi kwezinto.
USawule wayesethi ku-Ahiya: “Letha lapha umphongolo kaNkulunkulu. Ngoba umphongolo kaNkulunkulu wawukubantwana bakwa-Israyeli ngaleso sikhathi.
Kwathi uSawule esakhuluma nompristi, umsindo owawusempini yamaFilisti wanda, wanda, uSawule wathi kumpristi: “Buyisa isandla sakho.”