UDavide wenyukela khona, kanye nabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.
1 Samuweli 30:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nabafazi bakaDavide ababili bathunjwa, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE NawomkaDavide bobabili babethunjiwe, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli. IsiZulu 2020 Bobabili omkaDavide, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abhigayili, umkaNabali waseKharimeli, babethunjiwe. |
UDavide wenyukela khona, kanye nabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.
Yayinabafazi ababili; igama lomunye lalinguHana, igama lomunye lalinguPhenina; uPhenina wayenabantwana, kepha uHana wayengenamntwana.
UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena namadoda akhe, kwaba yilowo nalowo nendlu yakhe, noDavide enabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili waseKarmeli, umkaNabali.