Ngisho nezinsizwa ziyokhathala futhi zikhathale, nezinsizwa ziyowa ngokuphelele.
1 Samuweli 30:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha uDavide waxosha, yena namadoda angamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala ngemuva, bekhathele bengenakuwela umfudlana iBesori. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa UDavide waxosha, yena nabantu abangamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala emuva, bezukekile ukuze bangaweli umfudlana iBesori. IsiZulu 2020 UDavide waqhubeka nokuwaxosha ama-Amaleki yena nabantu abangama-400, kodwa abangama-200 basala ngemuva, ngoba babekhathele ukuba bangawela umfudlana iBhesori. |
Ngisho nezinsizwa ziyokhathala futhi zikhathale, nezinsizwa ziyowa ngokuphelele.
Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu.
Bafumana owaseGibithe endle, bamyisa kuDavide, bamnika isinkwa, wadla; bamphuzisa amanzi;
UDavida wasefika ebantwini abangamakhulu amabili ababediniwe njalo bengelakulandela uDavida, abahlalisa emfuleni iBesori; baphuma ukumhlangabeza uDavide nokuhlangabeza amadoda aye naye. Lapho uDavide esondela kubantu, wababingelela.
UDavide wahamba, yena namadoda angamakhulu ayisithupha ayenaye, bafika emfudlaneni iBesori, lapho abasala khona.