Kepha ozibongayo makazibonge ngakho, ukuze angiqonde, azi Mina, ukuthi nginguJehova owenza umusa, nokwahlulela, nokulunga emhlabeni; ngokuba lokhu ngiyathokoza,” usho uJehova.
1 Samuweli 3:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 USamuweli wayengakamazi uJehova, nezwi likaJehova lalingakambulelwa kuye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uSamuweli wayengakamazi uJehova, nezwi likaJehova lalingakambulelwa kuye. IsiZulu 2020 USamuweli wayengakamazi uSimakade, nezwi likaSimakade lalingakembuleki kuye. |
Kepha ozibongayo makazibonge ngakho, ukuze angiqonde, azi Mina, ukuthi nginguJehova owenza umusa, nokwahlulela, nokulunga emhlabeni; ngokuba lokhu ngiyathokoza,” usho uJehova.
Wathi kubo: “Namukele uMoya oNgcwele selokhu nakholwa na? Base bethi kuye: “Asikaze sizwe ukuthi kukhona uMoya oNgcwele.”
Lapho ngisengumntwana, ngakhuluma okomntwana, ngaqondisa okomntwana, ngazindla okomntwana;
UJehova waphinda wambiza uSamuweli. USamuweli wasukuma, waya ku-Eli, wathi: “Ngilapha; ngoba Ungibizile. Wathi: “Angikubizanga, ndodana yami; lala futhi.
UJehova waphinda wambiza uSamuweli ngokwesithathu. Wasukuma, waya ku-Eli, wathi: “Ngilapha; ngoba Ungibizile. U-Eli waqaphela ukuthi uJehova umbizile umntwana.