Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 28:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

USawule wayesethi ezincekwini zakhe: “Ngitholeleni owesifazane onomoya wabafileyo, ngiye kuye, ngibuze kuye. Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onomoya e-Endori;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wayesethi uSawule kuzo izinceku zakhe: “Ngifuneleni owesifazane onedlozi ukuba ngiye kuye, ngibuze kuye.” Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onedlozi e-Eni Dori.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wayesethi uSawule ezincekwini zakhe: “Ngifuneleni owesifazane onedlozi ukuze ngiye kuye, ngiyobuza.” Izinceku zakhe zathi kuye: “Bheka, kukhona owesifazane onedlozi e-Eni Dori.”

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 28:7
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Esakhuluma nabo, kwafika isithunywa kuye, sathi: “Bheka, lobu bubi buvela kuJehova; ngisalindeni uJehova na?


Wafa-ke uSawule ngenxa yesiphambeko sakhe asenza ngaso kuJehova, ephambene nezwi likaJehova angaligcinanga, nangokuba wacela iseluleko kumuntu onomoya owaziwayo ukuba ambuze;


ababhubha e-Endori baba njengomquba emhlabathini.


Umoya waseGibhithe uyophela phakathi kwawo; futhi ngizochitha iseluleko sakhe, futhi bayofuna onkulunkulu nabathakathi nemimoya yabafileyo nabathakathi.


Ningayinaki imimoya yabafileyo, ningafuni abathakathi ukuba ningcoliswe yiyo; nginguJehova uNkulunkulu wenu.


Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiwe, kepha ekugcineni uyakukhuluma, ungaqambi amanga; noma lilibala, lilinde; ngoba lizakuza lokufika, kalisoze liphele.


Kwasekusithi siyakukhuleka, intombazana ethile eyayilomoya wokubhula yasihlangabeza, eyayizuzela abaniniyo inzuzo enkulu ngokubhula.


noma umthakathi, noma umluleki, noma umthakathi, noma ofileyo.


Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase waba neBeti Sheyani namadlelo alo, ne-Ibileyamu namadlelo alo, nabakhileyo eDori namadlelo alo, nabakhileyo e-Endori namadlelo alo, nabakhileyo eThahanaki namadlelo alo. Nabakhileyo eMegido nemizana yayo, amazwe amathathu.


USamuweli wayesefile, wonke u-Israyeli wamlilela, wammbela eRama, yebo, emzini wakubo. USawule wayikhipha imimoya yabafileyo nabathakathi ezweni.