1 Samuweli 24:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 USawule esebuyile emva kwamaFilisti, watshelwa ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.” IsiZulu 2020 Kwathi lapho uSawule esebuyile ukuxosha amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane e-Eni Gedi.” |
Kuwe abahlebayo ukuze bachithe igazi; futhi badla kuwe ezintabeni; benza ihlazo phakathi kwakho.
Kuyakuthi abadobi beme kuwo kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Eneglayimi; bayakuba yindawo yokweneka amanetha; izinhlanzi zazo ziyakuba ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.
AbaseSifi base benyukela kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akazicashi yini kithi ezinqabeni zehlathi entabeni yaseHagila ngaseningizimu kwaseJesimoni na?