Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 23:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

USawule wabiza bonke abantu ukuba balwe, behlele eKehila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

USawule wabiza abantu bonke, baye empini, behlele eKeyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

USawule wabiza abantu bonke ukuba baye empini, behlele eKheyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 23:8
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umpristi uAbiyathara wathi enkosini: “Hamba uye e-Anathoti ensimini yakho; ngoba ufanelwe ukufa, kodwa kangiyikukubulala ngalesisikhathi, ngoba wawuthwele umtshokotsho weNkosi uJehova phambi kukaDavida ubaba, langoba wawucindezelwe kukho konke ubaba ayecindezelwe ngakho.


UDavide wathi: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, inceku yakho izwile nokuzwile ukuthi uSawule ufuna ukuza eKehila ukuba achithe umuzi ngenxa yami.


Kwabikwa kuSawule ukuthi uDavide ufikile eKehila. USawule wayesethi: “UNkulunkulu umnikele esandleni sami; ngoba uvalelwe ngokungena emzini onamasango nemigoqo.


UDavide wazi ukuthi uSawule umenze okubi ngasese; wathi ku-Abiyathara umpristi: “Letha ingubo yamahlombe.”