UDavide wayesebaleka, waphunyuka, wafika kuSamuweli eRama, wamtshela konke uSawule abekwenzile kuye. Yena noSamuweli bahamba, bahlala eNajoti.
1 Samuweli 19:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Naye waya eRama, wafika emthonjeni omkhulu oseSegu; wabuza wathi: “Baphi oSamuweli noDavide na?” Omunye wathi: “Bheka, bakanye noNajoti eRama.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayeseya naye eRama, wafika emthonjeni oseSeku, wabuza ukuthi: “Baphi oSamuweli noDavide na?” Kwathiwa: “Bheka, baseNayoti eRama.” IsiZulu 2020 USawule wayeseya eRama, wafika emthonjeni eSeku, wabuza wathi: “Ukuphi uSamuweli noDavide na?” Kwathiwa: “BaseNayothi eRama.” |
UDavide wayesebaleka, waphunyuka, wafika kuSamuweli eRama, wamtshela konke uSawule abekwenzile kuye. Yena noSamuweli bahamba, bahlala eNajoti.
Kwathi lapho kubikwa kuSawule, wathuma ezinye izithunywa, nazo zaprofetha ngokunjalo. USawule waphinda wathuma izithunywa ngokwesithathu, nazo zaprofetha.
Waya khona eNajoti eRama, loMoya kaNkulunkulu laye waba phezu kwakhe, waprofetha waze wafika eNajothi eRama.