U-Abineri, indodana kaNeri, nezinceku zika-Ishi Bosheti, indodana kaSawule, baphuma eMahanayimi, baya eGibeyoni.
1 Samuweli 17:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma enamandla okulwa nami, angibulale, siyakuba yizinceku zenu; kepha uma ngiyinqoba, ngiyibulala, niyakuba yizigqila zethu, nisikhonze. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma enamandla okulwa nami, angibulale, siyakuba yizigqila zenu; kepha uma ngimahlula, ngimbulale, niyakuba yizigqila zethu, nisikhonze.” IsiZulu 2020 Uma enamandla okulwa nami, angibulale, siyakuba yizigqila zenu, kodwa uma ngimehlula, ngimbulale, niyakuba yizigqila zethu, nisikhonze.” |
U-Abineri, indodana kaNeri, nezinceku zika-Ishi Bosheti, indodana kaSawule, baphuma eMahanayimi, baya eGibeyoni.
Wayesekhuphuka uNahashi, umAmoni, wamisa malungana neJabeshi kwaGileyadi; onke amadoda aseJabeshi athi kuNahashi: Yenza isivumelwano nathi, sikukhonze.
UmFilisti wathi: “Ngiyadelela namuhla impi yakwa-Israyeli; nginike indoda, silwe sobabili.