Lapho ephikisana no-Israyeli, uJonathani indodana kaShimeya umfowabo kaDavide wambulala.
1 Samuweli 17:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 AmaFilisti ayemi ngalapha kwentaba, u-Israyeli emi ngakolunye uhlangothi lwentaba, kukhona isigodi phakathi kwawo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE AmaFilisti ayemi entabeni ngalapha, u-Israyeli wayemi entabeni ngalapha; kwakukhona isigodi phakathi kwabo. IsiZulu 2020 AmaFilisti ayemi kwenye intaba, no-Israyeli emi kwenye, kukhona isigodi phakathi kwabo. |
Lapho ephikisana no-Israyeli, uJonathani indodana kaShimeya umfowabo kaDavide wambulala.
USawuli lamadoda akoIsrayeli basebebuthana bamisa inkamba esigodini seEla, bahlela impi ukumelana lamaFilisti.
Kwaphuma iqhawe ekamu lamaFilisti, igama likaGoliyati waseGati, obude bakhe buyizingalo eziyisithupha nobubanzi besandla.