Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.
1 Samuweli 17:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wayishiya inqola yakhe esandleni sabalindi, wagijimela ebuthweni, wafika wabingelela abafowabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide washiya impahla yakhe esandleni somlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo. IsiZulu 2020 UDavide wayishiya impahla yakhe kumlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo wababuza impilo. |
Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.
U-Uriya esefikile kuye, uDavida wambuza ukuthi kwakunjani kuJowabi, lokuthi abantu baqhuba njani, lokuthi impi iphumelele njani.
UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.
Aphambukela khona, afika endlini yensizwa, umLevi, endlini kaMika, ayibingelela.
Khona-ke baphenduka bahamba babeka phambi kwabo abantwana abancane nezinkomo nenqola.
UDavida wasethuma amajaha alitshumi, uDavida wathi ezincekwini: Yenyukelani eKhameli, liye kuNabali, limkhonzele ebizweni lami.
UDavida wasefika ebantwini abangamakhulu amabili ababediniwe njalo bengelakulandela uDavida, abahlalisa emfuleni iBesori; baphuma ukumhlangabeza uDavide nokuhlangabeza amadoda aye naye. Lapho uDavide esondela kubantu, wababingelela.