USawuli, labo kanye lawo wonke amadoda akoIsrayeli babesesigodini seEla, balwa lamaFilisti.
1 Samuweli 17:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 USawuli lamadoda akoIsrayeli basebebuthana bamisa inkamba esigodini seEla, bahlela impi ukumelana lamaFilisti. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USawule nabantu bakwa-Israyeli babuthana, bamisa esigodini sase-Ela, bahlela impi ukuhlangabezana namaFilisti. IsiZulu 2020 USawule no-Israyeli babuthana, bakanisa esigodini i-Ela, impi bayihlela ngezigaba zayo ukuze ibhekane neyamaFilisti. |
USawuli, labo kanye lawo wonke amadoda akoIsrayeli babesesigodini seEla, balwa lamaFilisti.
AmaFilisti ayemi ngalapha kwentaba, u-Israyeli emi ngakolunye uhlangothi lwentaba, kukhona isigodi phakathi kwawo.
UDavide wayeseqeda, wabaleka ngalolo suku ngokwesaba uSawule, waya ku-Akhishi inkosi yaseGati.
Wayesethi umpristi: “Inkemba kaGoliyati umFilisti, owamnqoba esigodini sase-Ela, bheka, nansi emva kwendwangu ehlombe isongwe ngendwangu; uma uthanda ukuyithatha, yithathe; ngoba akekho omunye lapha. UDavide wathi: “Akunjalo; nginike.