Kwaphuma kanye no-Abisalomu amadoda angamakhulu amabili abebiziwe eJerusalema; futhi bahamba ngobulula babo, futhi babengazi lutho.
1 Samuweli 16:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ubizele uJese emhlatshelweni, mina-ke ngizakutshengisa ofanele ukwenze; futhi kumelwe ungigcobele lowo engikubizele yena. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mbize uJese ekuhlabeni; ngiyakukwazisa ukuthi uyakwenzani: uyakungigcobela lowo engiyakumusho kuwe.” IsiZulu 2020 Umeme uJese eze emhlatshelweni; Mina ngiyokwazisa ukuthi kufanele wenzeni. Uyongigcobela lowo engiyakumusho kuwe.” |
Kwaphuma kanye no-Abisalomu amadoda angamakhulu amabili abebiziwe eJerusalema; futhi bahamba ngobulula babo, futhi babengazi lutho.
USadoki umpristi noNathani umprofethi bamgcobe khona abe yinkosi kwa-Israyeli; nishaye icilongo nithi: ‘Mayisindiswe inkosi uSolomoni!
Ngalokho onke amalunga akwa-Israyeli eza enkosini eHebroni; uDavide wenza isivumelwano nabo eHebroni phambi kukaJehova; bamgcoba uDavide abe yinkosi phezu kuka-Israyeli njengezwi likaJehova ngesandla sikaSamuweli.
Kumelwe ukhulume naye ufake amazwi emlonyeni wakhe; futhi ngizoba nomlomo wakho nomlomo wakhe futhi nginifundise okufanele nikwenze.
Ethuthumela emangala wathi: “Nkosi, uthanda ukuba ngenzeni na? INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emzini, njalo uzatshelwa ofanele ukwenze.
Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini, umgcobe abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli, ukuze asindise abantu bami esandleni samaFilisti; ngoba ngikubonile.