Kwasekusithi ngolunye usuku uJonathani indodana kaSawuli wathi ejayni eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele, siye endaweni yabalindi yamaFilisti engaleya. Kodwa akamtshelanga uyise.
1 Samuweli 14:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 USawuli wasehlala ekupheleni kweGibeya ngaphansi kompomegranati oseMigroni; amadoda ayenaye kungathi amadoda angamakhulu ayisithupha; IBHAYIBHELI ELINGCWELE USawule wahlala emaphethelweni aseGibeya phansi kompomegranati* oseMigroni; abantu ababe naye babe ngamakhulu ayisithupha; IsiZulu 2020 USawule wahlala emaphethelweni eGibheya, phansi kwesihlahla samahananadi eMigroni. Wayenabantu abangama-600 ababenaye lapho. |
Kwasekusithi ngolunye usuku uJonathani indodana kaSawuli wathi ejayni eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele, siye endaweni yabalindi yamaFilisti engaleya. Kodwa akamtshelanga uyise.
Lapho uSawule ezwa ukuthi uDavide utholakele namadoda ayenaye, uSawule wahlala eGibeya ngaphansi komuthi eRama ephethe umkhonto wakhe esandleni sakhe, nazo zonke izinceku zakhe zazimi ngakuye.