Wenze njalo-ke emizini yakoManase, lakoEfrayimi, leSimeyoni, kuze kufike kwaNafetali, lelizwe layo inhlangothi zonke.
1 Samuweli 13:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa wonke u-Israyeli wehlela kumaFilisti ukuze, kube yilowo nalowo alole ingxenye yakhe, nemicibisholo yakhe, nezembe lakhe, nodondolo lwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bonke abakwa-Israyeli behlela kuwo amaFilisti, kwaba yilowo nalowo ukuba alole umese wakhe, nempumulo yakhe, nembazo yakhe, nesikela lakhe; IsiZulu 2020 Bonke abakwa-Israyeli behlela kuwo amaFilisti ukuze kube yilowo nalowo alole ummese wakhe, igejazembe, imbazo nesikela lakhe. |
Wenze njalo-ke emizini yakoManase, lakoEfrayimi, leSimeyoni, kuze kufike kwaNafetali, lelizwe layo inhlangothi zonke.
Lapho ngilola inkemba yami ebenyezelayo, nesandla sami sibambe ukwahlulela; ngiyakuziphindiselela ezitheni zami, ngiphindisele kwabangizondayo.
Kwakungekho mkhandi ezweni lonke lakwa-Israyeli, ngokuba amaFilisti athi: “AmaHeberu angazizenzele izinkemba nemikhonto.”