UJowabe wayinika inkosi umumo wokubalwa kwabantu; kwakukhona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayengamadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amahlanu.
1 Samuweli 11:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wababala eBezeki, abantwana bakwa-Israyeli babe yizinkulungwane ezingamakhulu amathathu, namadoda akwaJuda ayeyizinkulungwane ezingamashumi amathathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wababala eBezeki; abantwana bakwa-Israyeli babe yizinkulungwane ezingamakhulu amathathu, nabantu bakwaJuda babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu. IsiZulu 2020 Wabahlela eBhezeki; abakwa-Israyeli babeyizi-300 000; abakwaJuda beyizi-30 000. |
UJowabe wayinika inkosi umumo wokubalwa kwabantu; kwakukhona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayengamadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amahlanu.
Kwasekubonakala izikhulu zabo bonke abantu bezizwe zonke zakwa-Israyeli ebandleni labantu bakaNkulunkulu, amadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amane angumgundatshani, arhola inkemba.
Basebesithi kuzo izithunywa ezafikayo: Lizakutsho njalo emadodeni eJabeshi eGileyadi: Kusasa ekutshiseni kwelanga lizaba losizo. Zafika izithunywa, zabatshela amadoda aseJabeshi; futhi bajabula.
USamuweli wasuka, wakhuphuka eGiligali, waya eGibeya lakwaBenjamini. USawule wabala amadoda ayenaye kungathi amadoda angamakhulu ayisithupha.
USawule wabiza abantu, wababala eThelayimi, izinkulungwane ezingamakhulu amabili zemigundatshani nezinkulungwane eziyishumi zakwaJuda.