Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa, sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; khona-ke, uma kungekho osikhululayo, siyakuphumela kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa ukuba sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; uma kungekho osisindisayo, siyakuphumela kuwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Ake usiyeke izinsuku eziyisikhombisa, ukuze sithumele izithunywa kuyo yonke imingcele yakwa-Israyeli; uma kungekho ozosihlenga, siyozinikela kuwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 11:3
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ningamlaleli uHezekiya, ngokuba isho kanje inkosi yase-Asiriya, ithi: Yenzani isivumelwano nami ngesipho, niphume nize kimi; nidle, kube yilowo nalowo emvinini wakhe, kube yilowo nalowo emkhiwaneni wakhe, niphuze, kube yilowo nalowo amanzi omthombo wakhe;


Ngakho abantu baseJabeshi bathi: “Kusasa siyakuphumela kini, nenze kithi konke okuhle emehlweni enu.”


Abuthana onke amadoda amadala akwa-Israyeli, eza kuSamuweli eRama.