UPawulu noThimothewu, izinceku zikaJesu Kristu, kubo bonke abangcwele abakuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni;
1 kuThimothewu 3:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana nemizi yawo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana bawo nemizi yawo. IsiZulu 2020 Amadikoni mawabe mfazi munye, akwazi ukuphatha kahle abantwana bawo nemizi yawo. Baasraak Zulu New Testament Bible Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana nemizi yawo. |
UPawulu noThimothewu, izinceku zikaJesu Kristu, kubo bonke abangcwele abakuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni;
Ngakho umbhishobhi umelwe ukuba ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, eqaphile, eqondileyo, eziphatha kahle, ephatha kahle izihambi, enekhono lokufundisa;
Ngokunjalo namadiyakoni amelwe ukuba nesizotha, angabi ndimimbili, angabi ngabanakwa kakhulu, angahaheli inzuzo embi;