Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 kuThimothewu 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Nalabo mabaqale bahlolwe, andukuba babe ngamadiyakoni, uma bengasoleki.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kufanele ahlolwe kuqala andukuba abe ngamadikoni, abe ngangasolekiyo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki.

Uka jalj uñjjattʼäta



1 kuThimothewu 3:10
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ozaliqinisa kuze kube sekupheleni, ukuze ningabi-nacala ngosuku lweNkosi yethu uJesu Kristu.


Emzimbeni wenyama yakhe ngokufa, ukuze alethule phambi kwakhe lingcwele, lingelacala, lingelacala.


Ngokuba abakhonze kahle bazizuzela udumo oluhle nesibindi esikhulu ekukholweni okukuKristu Jesu.


Ngakho umbhishobhi umelwe ukuba ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, eqaphile, eqondileyo, eziphatha kahle, ephatha kahle izihambi, enekhono lokufundisa;


angabi ngosafufusa, funa azikhukhumeze awele ekulahlweni kukaSathane.


Ungasheshi ubeke izandla phezu komuntu, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye; zigcine uhlanzekile.


Bathandekayo, ningakholwa yibo bonke omoya, kodwa hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni.