1 kuThimothewu 1:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 okukubo ngoHimenewu noAleksandro; engibanikele kuSathane, ukuze bafunde ukuthi bangahlambalazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abakubona oHimenewu no-Aleksandru engibanikele kuSathane, ukuze balaywe ukuba bangahlambalazi. IsiZulu 2020 kulabo kukhona uHimenewu no-Aleksandru, engibanikele kuSathane, ukuze bayalwe ukuba bangahlambalazi. Baasraak Zulu New Testament Bible okukubo ngoHimenewu noAleksandro; engibanikele kuSathane, ukuze bafunde ukuthi bangahlambalazi. |
Kodwa abaJuda bebona izixuku bagcwala umona, baphikisana lezinto ezazikhulunywa nguPawuli, bephikisa lokuthuka.
Basebekhipha uAleksandro exukwini, abaJuda bamqhubela phambili. U-Aleksandru waqhweba ngesandla, efuna ukuziphendulela kubantu.
futhi sikulungele ukujezisa konke ukungalaleli, lapho ukulalela kwenu sekugcwalisekile.
Ngakho-ke ngibhala lezizinto ngingekho, ukuze kuthi nxa ngikhona ngingenzi kabukhali ngokwamandla iNkosi engiphiwe wona, ukwakha, kungabi awokubhidliza.
Bakhumbuze ngalezo zinto, ubayale phambi kweNkosi ukuthi bangaphikisani ngamazwi, okungasizi lutho, kodwa kubhubhise abezwayo.
Nezwi labo liyakudla njengesilonda esibhibhayo, okuphakathi kwabo uHimenewu noFiletu;
Ngokuba abantu bayakuba ngabazithandayo, abahahayo, nabazidlayo, nabazidlayo, nabathukayo, nabangalaleli abazali, nabangabongiyo, nabangangcwele;
Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;
Ngase ngimi esihlabathini solwandle, ngabona isilo sikhuphuka elwandle, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi, nasezimpondweni zaso kukhona imiqhele eyishumi, nasemakhanda aso kunegama lenhlamba.