Ngokuba konke kuvela kuye, ngaye, kuye, makube kuye inkazimulo kuze kube phakade. Amen.
1 kaPetru 5:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Makube kuye amandla kuze kube phakade naphakade. Amen. IsiZulu 2020 Makube kuye amandla kuze kube phakade naphakade. Amen. Baasraak Zulu New Testament Bible Makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen. |
Ngokuba konke kuvela kuye, ngaye, kuye, makube kuye inkazimulo kuze kube phakade. Amen.
Uma umuntu ekhuluma, makakhulume njengokwamazwi kaNkulunkulu; uma umuntu ekhonza, makakhonze ngokwamandla awaphiwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu akhazinyuliswe ezintweni zonke ngoJesu Kristu, makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.
Wasesenza amakhosi labapristi kuNkulunkulu uYise; makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.
Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. Ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade.