Maluko 1 - Ivangeli lika Marko 18991 Ukuqala kwe vangeli lika Yesu Kristu i Ndodana ka Mlungu. 2 Yebo njengo kulotshiwe ku Yesaya umprofeti, Beka, nituma itenga lami pambiri kwobuso wako, Lona lelo liyakulungisa indhlela yako; 3 Izwi lomunye limemeza elubaleni, Lungisani indhlela yen Kosi, Muyenze izindhlela zake ziqonde. 4 U Yohane wabuya, yena royo owabapatiza elubaleni wamemeza ibapatizma lokupenduka kuyekerwe izono. 5 Kwapuma kwaya kuye izwe lonke lase Yudeya, nalabo bonke abase Yerusalem; kadi babapatizwa nguye emfuleni e Yordan, bevuma izono zabo. 6 U Yohane kadi uyambete uboya wegamila, noqoto lwetshikumba emakalweni ake, wadhla izintete nezinyosi zehlati. 7 Wamemeza, eti, Kubuya emuva kwami yena royo onamandhla kunami, intambo yezicatulo zake anifaneli ukuba nikotame nikumule yona. 8 Mina nabapatiza lina ngamanzi; kodwa yena royo uyakubapatiza lina ngo Moya Okanyileyo. 9 Kwati ngezinsuku zona rezo, u Yesu wavera e Nazarete lase Galileya, wabapatizwa ngu Yohane e Yordan. 10 Masinyane ekupukela emanzini, wabona amazulu adabukile, no Moya kungati i juba uyehla pezuru kwake; 11 izwi lapuma emazulwini, Wena uyi Ndodana yami etandekayo, enikolwa nguwe. 12 Masinyane u Moya wamqubela elubaleni. 13 Kadi ukona elubaleni izinsuku ezi matshumi mane elingwa ngu Satana; kadi ukona nezilwane; izingelosi zamkonza. 14 Kwati, emuva kwa loko nkuti u Yohane wanikerwa, u Yesu wafika e Galileya, ememezela ivangeli lika Mlungu, eti, 15 Izinsuku ziperire, umbuso ka Mlungu useduze; pendukani lina, mutembe kulo ivangeli. 16 Ekuhambeni kwake ngasenyanze yase Galileya, wabona u Simon no Andreya umfo wabo ka Simon beposa ilimbule enyanze; kuba kadi bangababambi bezinhlanzi. 17 U Yesu wati kubo, Buyani emuva kwami, niyakuyenza lina mube ababambi babantu. 18 Masinyane batshiya amalimbule abo, bamlandela. 19 Seehambile pambiri kancinyane, wabona u Yakobe umntwana ka Zebediya, no Yohane umfo wabo, abasemkunjini nabo belungisa amalimbule. 20 Masinyane wababiza; bamtshiya uyise u Zebediya emkunjini nabakonzi abahlaulelwayo, bahamba emuva kwake. 21 Baya bangena e Kapernahum; masinyane ngosuku lwe sabata wangena endhlini yokucerera wafundisa. 22 Kadi bamangara ugokufundisa kwake; kuba wabafundisa njengo namandhla, njenga babali manga. 23 Masinyane kwakukona endhlini yabo yokucerera, umuntu onomoya omubi; 24 wamemeza, eti, Tinani kuwe, wena Yesu wase Nazarete? ufikile ukutibubisa na? Niyazi wena ukuti ungubani, ungo Kanyileyo ka Mlungu. 25 U Yesu wawukuza, eti, Binda, puma kuye. 26 Umoya omubi, wamdabula wamemeza ngezwi elikuru, wapuma kuye. 27 Bamangara bonke kangaka, ukuti babuzana pakati kwabo, beti, Kuyini loku? Ukufundisa okutsha! ngamandhla ulayeza nemimoya emibi, imlalela. 28 Udumo lwake lwayanda masinyane ezindaweni zonke kulo lonke izwe lase Galileya ngapandhle. 29 Masinyane lapo sebapumile endhlini yokucerera, bangena endhlini ka Simon no Andreya, kanye no Yakobe, no Yohane. 30 Kwati uninazala ka Simon walala egula nomkuhlane; masinyane bamtshela ngaye; 31 wabuya wambamba ngetshandhla, wamyimisa; umkuhlane wamtshiya, naye wabakonza. 32 Sekuhlwile, selitshonile ilanga, baleta kuye bonke labo abagulayo, na labo abanamademone. 33 Umuzi wonke kadi ubutene ngasemnyango. 34 Wasindisa abaningi ababegulayo nezifo eziningi, wakupa amademone amaningi; akavumeranga amademone ukukuruma, kuba amyazi yena. 35 Kwati kus’ekusasa, lingakapumi ilanga, wavuka wapuma, waya elubaleni, wacela kona. 36 U Simon na labo ababe naye, bamlandela; 37 bamkanda, bati kuye, Bonke bayafuna wena. 38 Wati kubo, Atihambe tiye endaweni eyinye emizini eyiseduze, ukuba nimemezele nalapo; kuba napuma ukuyenza loku. 39 Wangena ezindhlini zabo zokucerera kulo lonke e Galileya, ememezela, ekupa amademone. 40 Kwafika kuye umuntu onamanata, emncenga, eguqa kuye, eti kuye, Ngati utanda unamandhla ukupolisa mina. 41 Wamhaukela, wayerura itshandhla tshake, wampata, wati kuye, Niyatanda; upoliswe. 42 Masinyane amanata amuka kuye, wapoliswa. 43 Wamlayeza kakuru, wammukisa wati kuye, 44 Beka ukuti ungatsho luto ku muntu munye; kodwa hamba, uzibonise kumpriste, unikele ngokupoliswa kwako izinto zona rezo azilayezera u Moses, kube ukuqinisa kubo. 45 Kodwa wapuma, waqala ukumemeza kakuru, nokukulisa indaba kangaka, ukuti u Yesu kadi ungenako ukungena njaro emuzini, kodwa kadi ukona ngapandhle ezindaweni ezilubala; babuya kuye bevera ezindaweni zonke. |
First published in Livingstonia, Malawi in 1898
Bible Society of Malawi